-
Incwadi Ezintsha Ngu New Readers Publishers ye isiZulu
Uxamu Kavinjelwa ibhalwe nguSimphiwe Gumede no imidwebo nguGlynn Erasmus.Iphupho likaSizwe kwakungukuba ngumshayi sibhakela uma esemdala kepha uyise wamalela ukuba adlale lo mdlalo. Washintsha isikole kanti esikoleni esisha kwakuneqembu labashayi sibhakela. Walijoyina iqembu engamtshelanga ubaba wakhe. Lapho uyise ethola wathukuthela wamxosha. Abanye abafana eqenjini baba nomona ngoSizwe bazama ukumcekela phansi.
Funda ukuthi uSizwe wabunqoba kanjani bonke ubunzima ukuze afeze iphupho lakhe.Sizwe’s dream was to be a boxer when he grew up. He loved boxing, but his father refused to allow him to box. Then he changed schools and his new school had a boxing team. He joined the team without telling his father. When his father found out he was furious and threw him out of his house. The other boys in the team were jealous of Sizwe and tried to sabotage him.
Read about how Sizwe overcame all his difficulties to achieve his dream.
Book details
- Uxamu Kavinjelwa by Siphiwe Gumede, Glynn Erasmus
EAN: 9781868406852
Find this book with BOOK Finder!
- Uxamu Kavinjelwa by Siphiwe Gumede, Glynn Erasmus









