-
Two isiZulu Reads for Young Adults
Isihlahla Sendlela by P.F. KekaneAmanga, ukungathembeki, ukuphinga kanye nenkohlakalo yizona zinselelo abadlali balo mdlalo abahlangabezana nazo nsuku zonke lapho unina wentombazane esikhulakhulile ethatha izinqumo ezikhombisa ukungakhathali, ngokwenzenjalo wafaka umndeni wakhe engozini. Lona ngumdlalo obubeka ngokusobala ububi bokuzicabangela wena wedwa ungumuntu, uthi ngoba kugculiseke wena konke kulungile okwabanye ungakushayi ndiva.
Amathonsi abanzi by M.M. NdlovuLe ncwadi iqwashisa abasha ngezingqinamba ababhekana nazo uma kumele bakhethe phakathi kwamasiko kanye nempilo yesimanjemanje. Umlobi uphinde aveze imiphumela yempilo yobudedengu, izinkinga zokukhulelwa kwentsha, ubugebengu, ukuntuleka kwemisebenzi
These books were winners at the MML Literature Awards 2008 – IsiZulu.
Book details
- Isihlahla Sendlela by P.F. Kekane
Book homepage
EAN: 9780636073043
Find this book with BOOK Finder!
- Amathonsi abanzi by M.M. Ndlovu
Book homepage
EAN: 9780636072701
Find this book with BOOK Finder!
- Isihlahla Sendlela by P.F. Kekane









